Ukuphahla | Impunga Yesintu TV
Apr 2024
29
Nawe kuzokusiza ukuphahla
source
--CopyRights: https://heruinterface.com/ukuphahla-impunga-yesintu-tv/

Nawe kuzokusiza ukuphahla
source
--CopyRights: https://heruinterface.com/ukuphahla-impunga-yesintu-tv/
@dumisaningcobo9853
2 years agoMpunga yesintu ngingakwaz yin ukshisa impepho makuthiwa ithakathiwe kufa abantu
@mankumbuli2766
2 years agoNgiyabingelela mina ngibonha ukuchaziseleka kade kwasa ngiyifuna impendulo yokuthi uphahla nini isikhathi nokuthi uphahlela kuphi kodwa ngiyitholile manje ngibonga kakhulu
@siyabonganxumalo
2 years agoOzalwe embethe usebenzisa esimhlophe esiblue nesiyellow isibani?
@thobanimanzi
2 years agoMpunga yesintu, siyabonga ngokuba ulokhu usifundisa futhi usikhumbuza ngesintu sethu. Cha, sengize ngabona ukuthi kumele ngizitholele lencwadi yakho equkethe cishe konke umuntu akudingayo. Konje ngingayithola kephi njengoba ngise-Thekwini?
@andilesokhulu4157
2 years agoSibonge Mpunga manje mina sacela ukubuza lana, uma uphahla ingabe uphahla kangaki, ingabe uphahla kanye evikini noma kaningana. okwesibili ebengifisa ukukubuza ukuthi uma usuqedile ukuphahla ingabe lezibani osuke uzikhanyisile uyazicisha noma uyaziyekela ziziphelele zona?
@mmathabozamisa
2 years ago🙏🙏🙏🙏🙏
@ntandomdletshe3229
2 years agoThokoza Mpunga, ngisanda kuthola ukuthi ngembethwe abantu abadala. Sengibagezile ngembuzi manje kunezinto ezenzeka kimi ebengicela impunga ingihlaziyele zona:
1. Kunezinto ezihlala zihlale zingqogqoze ezindlebeni zami.
2. Ngisanda kuphrofethela abantu ngaboniswa izimfihlo njengabantu abakhipha izisu, abagula ngamakhanda kanjalo nabashonelwe bonke bayakuvuma engikushoyo kodwa angikaze ngithwase ndawo. Ngabe kwenzakala kanjani?
lamandla afike kimi izinsuku zantathu 6,7 and July 2020 manje sekuthule. Kuningi obekwenzeka kimi Mpunga njengokuzwa uma kukhona umuntu nokunye nokunye.
3. Nginokuphupha ngisenyuvesi kwesinye isikhathi ngisesikoleni
4. Nginokuphupha umhlambi wezinkomo ubuya edlelweni
5. Nginokuphupha ngindiza
.
6. Ngisanda kuphupha ngifundiswa ukudlala umlabalaba
Ngobonga kakhulu Mpunga uma engangihlaziyela lokhu okungenhla.
Siyabonga,
N. Mdletshe
@kevingasa2777
2 years agoNgangicele izincazelo zemibala yamakhandlela ukuthi zisho ukuthini, wasebuza ukuthi yimiphi leyomibala,ilena elandelayo…yellow, blue,red,white,green and pink,mhlampe ngizosho leyo okwamanje,nokunye mhlampe engingathanda ukuthi ungicusishe kukhona ukuthi nakhu usuphahlile mhlampe 1,2,3 to 4 days nakhu awuboni mehluko mhlampe namaphupho akakucacisi kahle, sikhona yini isidingo sokuthi uye kohlola ngoba thina sizwe esinsundu sikhonze ukuhlola?
@lorramokoka7778
2 years agomkhulu you did not explain the 1st one. The one ombethe ingubo ye yenhlanhlana. Yena of pahlelwa ka nkajani
@lorramokoka7778
2 years agoPlease can we get your number
@lorramokoka7778
2 years agoWhich language is your book written
@nontobekoxulu2185
2 years agoThis is valuable information. So if awazi if wembethwe wenza njani? Sikhona isidingo sokuyohlola before uqale ukuphahla or uku themeleza?
@thokozanihlatshwayo5328
2 years agoinkocy ize isigcinele wena ibuye ikuphe namandla okumelana nalabo abazofisa ukubulala izimfundiso nesiphiwo sakho
@bulisithole622
2 years agoungapheli amandla sicathulise mina nje ngiyafunda.
@mkhabolengayondodemyama5905
2 years agoMina senglindele levideo osthembisayona sethembe klokhu uzokwenza osthembisakhona wagcina usthembise amahlahla lawageza abantu abadala mawsawakhumbula lawomahlahla amathathu klungile ngyabonga mina
@sandilemagwaza2671
2 years agoSyabonga kwiMpunga Yesintu umfokaMbanjwa ngolwaz olunzulu asiphe lona namhlanje
@doctorncane7158
2 years agoIzincwadi zakho zitholakala kanjani?
@skhumbuzomzimela8564
2 years agoIzincwadi zakho azitholakali nje kodwa… Sicela ukucacise kancane ngoba ukuchumana neThonga kubalulekile
@bonginkosimpanza6866
2 years agoNgisacela ukubuza ukuthi uma unabantu abadala uphahla kangani ngalezizibani futhi uthi masuzokhelile uzishiye kanjalo zizicimele noma uzicima wen ngiyabonga
@ntuthukocele2326
2 years agoMmmmm ngyakuzwa mina💯🙌