ubuhlalo/beads
Jun 2024
16
Sikhuluma ngobuhlalo ngokuthi kuyiyini nokuthi kubaluleke kangakanani
source
Related posts:
Back to Sender and Favor Attraction with Just Alligator Pepper and Bitter Leaves
How Chukwu Creates Life From Blackness - Igbo Spirituality
Bible Christians know the misogyny of Black Hebrew Cults.
TRICKS LEADERS OF BLACK HEBREW ISRAELITE CULTS USE
The Must Dangerous female cult in Nigerian
Use This Alligator Pepper To Attract Success,Good luck And Protection | Alligator Pepper.
--CopyRights: https://heruinterface.com/ubuhlalo-beads/
@vusumuzimagwaza531
4 months agoThokoza🙏
@nomathembaprecious7315
4 months agoThank u,u khuluma Ku zwakale
@bongumusampendulo939
4 months agoTHOKOZA mkhulu ubuhlali ubufaka only if sowathwasa kuphela or if ubuphuphile
Kwenzakalan uma uzifakel wen ngenxa yesimo osibonayo ?
@phindyzeenah853
4 months agoMmmm khulu Uma Kade ubufakile sebethi isikhathi sabo siphelile ubukhiphe isuke sebezohlala kuphi
@gugulethuzulu8971
4 months agoThokoza Mkhulu 👏🏼👏🏼 ngisizakele kakhulu ngendaba yobuhlalu , bese ngifike inkwantshu engingayaz eyani 👏🏼
@pearln2308
4 months agoI dreamt of black n white recently. I'm already wearing white beads that was shown to me almost two years ago.. Already liyaphakama kimi uma lifuna ukukhuluma n ngiyayidla imithi yawo.
But I'm just wondering why black n white
@nz2566
4 months agoUyaphambuka uma uthi inyanga
ayinadlozi isuke ibuthathaphi ubunyangabayo
Angithi idlozi layo elisuke liyihola ekusebenzeni ngobunyanga
Ay Abantu bayeke ukuthi umuntu onesthunywa akanadlozi, noyinyanga
O kugcono abathi akabizelwe ekubeni izangoma Ayi idlozi
Amanye ama youtuber azokulahlekisa
Umuntu nomuntu akalandele idlozi lakho ukuthi lifunani
Konke kuzolunga ngoba amadlozi wethu afuna ngendlela ezingafani
Izibongo zethu azifani futhi awazalwa ndawonye kanjalo nemithetho yemizi azifani
izifiso zawo ngathi azifani, neziphiwo ethi azifani
So Y indlela yokuthwasa noma yokwenza kuzomele ifane. Kanjani?
Indlela yedlozi isebenza ngomoya yehlukile kumuntu ngamunye
Ayisilo I bibble
@winniekhumalo7181
4 months agoImyeko yona imelen
@winniekhumalo7181
4 months agoSiyabonga Makhosi sengathi bengaba baningi abanjengawe
@amandapooe6676
4 months agoMkhulu then if I dream of amadondonlolo two of them what does that mean
@fanelepepegodide276
4 months ago🤝
@sivuyileprince9842
4 months agoMakhosi 👏👏👏
@prettycikwayo4009
4 months agoThkokoza muntu omdala how can I get hold?
@a.jlinda2100
4 months agoSlie mthembu
@zamashiyanezamashiyane525
4 months agoThokoza mkhulu syabonga ngencazelo yakho manje mina nginenkinga ngakhonjiswa ubuhlali obi blue&whit nobu red&whiti nobu white kuphela ngabe lokho kuchaza ukuthini noma izinto zami azihambi kahle …ngibonge usazophendula
@samkelisiwemngoma626
4 months agoSyabonga mkhulu/gogo ubuhlali obuyixubi obumhlophe nobu blue bona buchazani
@nompumelelondlovu2859
4 months agothokoza mkhulu ngibonga umsebenzi wakho omuhle
@msizisandile2645
4 months agothokoza khehla uwumbele ogwansile..celukbuza kaduphupha ubuhlalo obumhlophe nama chain lokho ngabe kushukthin
@peggysue4776
4 months agoSiyathokoza Mkhulu. Ngicela kubuza kuthi mina angisona sangoma or Thwasa three weeks back bengivakashile lakunolwandle khona ngase ngithi angisale sengiphosa sphandla sami nesontwana Wami esazifakile zazinqamukela . Ngalobobusuku ngavuka nephupho ungathi sengifake leziphandla eziyi two same phandla esizilahle elwandle but in between bekunama bracelets ama crystals stones Wami engijwayele nje kuzifakela wona but ungathi kuqhamuka mlungu nje uyancoma uthi amahle ma bracelet wakho but ungathi ngiguqile ngicosha obunye nje buhlalu nabo nginabo lobu esizithengela bona sivunule ngabo bu red and white mangithi ngibucosha kunobhuti celeni ungathi bodyguard uhamba phambili kunalomuntu oyisikhulu okhashwayo azange ngambona but trouser yale bodyguard iphethwe ngobuhlalu obu Purple … ngasengaphaphama angazi ke kuchaza ntoni. Amen 🙏🏿
@dr.dikeledimabalane4005
4 months agoThokoza Khehla.Siyabonga.👏
@juliemasondo3984
4 months agoAkwande baba, syabonga ukusicushisa. Nginezithunywa zasolwandle/empophomeni/amanzi agxagxazayo njengoba uchaze kwenye ivideo. Ngathi nawe u kanjalo, bengfisa sixoxe angazi kanjani ngoba ngathi awuthandi ukwazi wa…?
@patiencenkosi3458
4 months agoNgisanda kubona loluhlelo luyangichazela kabanzi ngobuhlalo kodwa kukhona lobu ongabuchazanga obu grey