izimpawu zomsamo ongcolile. UGhabadiya4k
Jun 2024
06
Izimpawu zomsamo ongcolile. The different signs that one should look for to determine if umsamo needs cleansing. UGabhadiya takes you through such signs this exclusive video. Thokoza.
source
Related posts:
CULTS LIKE CARBON NATION & NATURE BOY LIKE TO RESIDE SECLUDED AREAS TO HIDE WEIRDNESS!
Hinduism VS Islam: What Is The TRUE Religion?
Chew ALLIGATOR PEPPER To MAKE YOUR ENEMIES CONFESS and DIE
I have discovered that iNzuza spirit it's something else from my ancestors 🤯🤥😟🙆♀️
HAVE FAITH IN GOD - ADULT CHOIR MINISTRATION - THURSDAY COUNSELLING AND DELIVERANCE SERVICE II 09-0
Break out of the Matrix #love #god #peace #matrix #kendricklamar #kanyewest #spirituality #spiritual
--CopyRights: https://heruinterface.com/izimpawu-zomsamo-ongcolile-ughabadiya4k/
@mamsytshabalala3809
4 months agoThokooza mina gogongingasho ukuthi uqinisile kimi kunjalo .imali ayihlali kuphele ngisho ukudla abantwana abangizwa noma ngikhuluma bese kubakhona amagundane adlala .pphezukwendlu
@ZiyandaNdlela
4 months agoNathi gogo siphila leyompilo emndenini,mina asebenzi kodwa ngiyazama uphila kancono kunabasebenzayo bamonazele kona lokho kunzima ngisho ukuya ekhaya ngovakasha ngoba akumnandi,umama akasekho emhlabeni kodwa nje akulungi lutho sigcinezeleke sonke akekho okwazi usiza omunye ngiyafisa ukuthi silungise lento ngoba ingane zethu zoba nenkinga mhla safa 😢💔💔
@dcmmosia6859
4 months agoThokoza Gogo ukhulumanami nodadewethu ongafunimuntu ongazwani Nathi sonke ekhaya, I'm the first born she's the last, but usishayela umthwtho unomsindo akazwani Nokthula, impilo yabantwanabakhe abasebenzi ,akezwani nanabo,
@jabulanizulu3406
4 months agoNgicela number yakho
@sbonisothapelo5435
4 months agoInzima lento coz umsamo umuntu qobo lwakhe once nangezwana ekhaya yonke into iyadlibhika…
@thithibeletshuma9205
4 months ago😢😢😢ukhuluma nami nomndeni wami la 😢😢😢😢kyangidabukisa mina lokhu 😢😢😢
@vumilemadlala9540
4 months agoGogo kunjengoba uchaza ekhaya kunjalo eish kunzima
@sindivezi3831
4 months agoOh gogo kwaze kwamzima ngoba siyazi lempilo okhuluma ngayo
@bettyqwabe
4 months agoSawubona makhosi ngicela ukubuza nali iphupho "phupha ngichamela umsamu wakubo kwendoda yami sichame kanye nengane kasisi wakhe encane yomfana "ngiyabonga
@tebqzik_music
4 months agoNami keh umdeni unjalo… kwathi ukushona umama No Gogo Kanye No Mamkhulu kwaba worse. Kukhona omndeni ocabanga ukuthi ubetter than the rest and they all start lena by distancing themselves that time izinto zihamba kahle on their side.. and manje this Is affecting us all. And if we try to fix it they distance themselves
@noziebatwa2186
4 months agoThokoza gogo yhoo uthetha nge lam ikhaya 💔💔💔
@princessmjoka601
4 months agoGogo Gabhadiya ngathi ukhukuma ngomnden wakithi
Kunjengoba uchaza nj konke
@ntokozosithole3428
4 months agoMmmh wayibeka indaba gogo 🤔🤔
@akhonamqhakama7030
4 months agoI believe and always believed ukuthi owakithi kwaphela NYAA ngawo….From our parents to siblings to izingane zethu asifunani nhlobo ngisho umzali ningakhulumsani kube ileyonyo kuphuzwe notshwala zonkemuntu isono..I even wonder ukuthi kuyoze kulunge yini💔 Thokoza Gogo
@elliotphaliso1718
4 months agoThokoza Gogo… Nginawe