HERU

Home > spiritual, Spiritual Herbs, Video > Mkhulu Ndabezitha (ukuphupha izinyoka)

Mkhulu Ndabezitha (ukuphupha izinyoka)

Jun 2024 21



Ukuphupha izinyoka
Ukuziveza kwazo

source

--CopyRights: https://heruinterface.com/mkhulu-ndabezitha-ukuphupha-izinyoka/

34 Comments

  1. #1

    Ndicela buza Xa ndiphupha nyoka eyellow ngabba ithetha ukuthini Yona Kuba ezizzimbini sele uzichazile nazo bendiziphuphile kodwa hayi ngaxeshanye endiziphuphe zihamba zombini zezi egreen neyellow makhosi

  2. #2

    Mmmmm sibonge ngizwa kahle

  3. #3

    Bengiyi phuha nam hlanje

  4. #4

    How can contact you i need guidance

  5. #5

    Ngiphuphe iziyoka azimbili ezibrown kanye neyellow

  6. #6

    Ukuphupha inyoka efile embala obomvu kusho ukuthini

  7. #7

    Siyabingelela, ngcela ukubuza. Ukuphupha inyoka I Lele ibheke phezulu, ubone isisusayo kushoni?

  8. #8

    Ngyabonga khehla Ndabezitha ukuhlaziyelwa kwande izibusiso 🙏

  9. #9

    Ngisacela ukubuza bo ,nakhu ngiphuphe umama thizeni engingamazi engibeke inyoka ekhanda emhlophe qhwa after lapho ngizwe isigubhu sikhala yeyi ngamemeza ngizizwa ngithi ,konke "akukhanye kube ngathi ngyagida lomama soloku ayibeke ekhanda ayenzi lutho ,bese kwakungathi siyalwa nalomuntu wesfazane aaah ngaze ngayibamba lenyoka ngayihlephula yaphuma igazi ngase ngyaphaphama "ngabe kuchaza ukuthi ngididekile.

  10. #10

    Ngabgihlezi ngiphupha ngimba esangweni ekhaya Inyoka ekuhlaza.

  11. #11

    Thokoza, ukuphupha inyoka okthiwa ibululu kuchazani?

  12. #12

    Thokoza mkulu
    ukuphupha izinyoka zidla zodwa
    Like they were eating each other

  13. #13

    Thokoza mina ngiphupha imibala opurple green yellow nje yonke imibala Nazo lezo zisuke zinamabala amachafaza zihlobile kuchaza ukthini

  14. #14

    Thokoza mkhulu Mina namhlanje ngiphuphe inyoka emnyama bengilele iyinde isondele kakhulu Kimi mangithi ngiyanyakaza Kanti ifake umlomo wayo esandleni Sami inamazinyo ngaphahama ngakhuleka

  15. #15

    Thokoza Mkhulu ndicela ubuza xa uphupha inyoka e orenge ne yellow e yellow ikhawuleze yagqitha kwaze kwathi gqii le iorenge icothoza

  16. #16

    Mina phuphe ihlathu about six ziphahlile kutshoni

  17. #17

    Then i dream a girl giving me a planket sikoshi ngabonga sinanatelo sakhabo make ngajabula ngalengubo

  18. #18

    Thokozani gogo Thokozani mkhulu mine ngiphuphe inyoka lemunyama ingena phansi kwelicansi lapha ngihleti khona yamgena ngaphansi yanyamalala

  19. #19

    wow kwande khehla well explained

  20. #20

    Uma uphupha inyoka emabalabala kusho uku thini

  21. #21

    Sawubona. Mina ngiphuphe umama wami ongasekho emhlabeni kungathi uyaphila, after lapho ngambona sekaphuma igazi ngomlomo. Kwasuka futhi ngambona sengathi ithuna lakhe liphazamiswa yiTLB kwavele kwavuleka ibhokisi lakhe ngambona elele kulo. Ngyabonga.

  22. #22

    Thokoza bomkhulu no gogo ngiphuphe kungena iyoka eluhlaza igijima iyongena endlini

  23. #23

    Ngiphuphe nyoka emhlophe elamabala ayiyellow

  24. #24

    Mine ngiyiphuphe inhlathu yangiluma sandla nga Feeler ne pain during sleeping

  25. #25

    Ngyabonga mina ngayithola incazelo🙏

  26. #26

    Ayibo iqiniso Mkhulu sbonge 😳😲ngaphupha inyoka emnyama iphuma edamini elikhulu sasilandwe ubab wezingane wasiyisa lapho kulelo damu, wafike wama yena sengathi uyakhuleka kuleli damu thina siguqile phansi,,yaphuma lenyoka yakhala yakhala yamshaya ehlweni waphophoza igazi sabaleka samshiya lapho

  27. #27

    Ukuphupha ibhubesu

  28. #28

    Thokoza mkhulu wam

  29. #29

    Ngiphuphe ngihamba nenyoka emnyama emanzini kodvwa leyo nyoka beyingangilwisi
    Ingabe lelophupho licondzeni

  30. #30

    Mmm engabe Uma iyingwe emnyama nokumhlophe engabe yona ichazani

  31. #31

    Inyoka ye ntlwathi yiphi? Is it a Python?

  32. #32

    Thokoza gogo kuchazani ukuphupha ubulala uheshane(hawk)

  33. #33

    Iyoka le yellow ngembala ichazani???

  34. #34

    Yebo nginawo Lawine madlozi elasekhaya bomama nakubo kababa wami. Bengihlale ngiphupha izinyoka zasemanzini ( inyandayezulu) . Bengibona izinhlwathi njalo njena kanti vele bakhona abangakimi okumele ngithathe umsebenzi wabo futhi sengiwemukelile ke manje 👏👏👏

  35. Leave a Reply

    Welcome (Toggle)

    (required)