Beziqinile ezokuphepha ezikoleni zasePhoenix
Apr 2025
15
Beziqinile ezokuphepha ngenkathi kuqhubeka ukufunda kanye nokufundisa ezikoleni zasePhoenix enyakatho yeTheku. Emasontweni amabili edlule kulendawo kwaqubuka izigameko zodlame ezaholela ekutheni kushone abantu abangamashumi amabili. Kwashona abantu abangaphezu kwamakhulu amathathu ezibhelwini ezaqubuka KwaZulu Natal. Abanye bebenokwesabela ukuthi kunabazali abangeke baze bazihambise izingane zabo ezikoleni besatshelwa ukuphepha kwazo.
Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba #COVID19News kuSocial Media.
source
Related posts:
THE LEOPARD MEN OF THE CONGO — The Blood Chilling Cult That Hunted Like Beasts
My testimony- From African spirituality IFA/Orisha Priestess to JESUS! Part 1
Burna Boy explains the difference between Nigerians and other Africans. #DailyShow #Comedy #BurnaBoy
Dr. Llaila Afrika
روزگار کا طاقتور وظیفہ – ہر انٹرویو میں کامیابی! #ruhaniwazaif #islamicprayer #ubqariwazifa
Dr. Llaila Afrika Holistic Wellness Warrior Salute
--CopyRights: https://heruinterface.com/beziqinile-ezokuphepha-ezikoleni-zasephoenix/

Leave a Reply