HERU

Home > spiritual, Spiritual Herbs, Video > Umsamo Encounters E7 – Imicimbi Yesintu

Umsamo Encounters E7 – Imicimbi Yesintu

Jun 2024 22



Isikathi esinini uza ubaba VVO ekhuluma ngemicimbi ekumele yenziwa. Kodwa yiphi imcimbi ekumele yenziwa futhi kanjani? Kunabantu abaningi abathi bawenzile umsebenzi kodwa izinto asilungi. Yingoba badedela umuntu nenyanga babephatele umcimbi emzini yabo.

You often here Dr. Mkhize speak of rituals which need to be carried out in order for Umsamo of the home and children to stand strong. But what are these rituals, who are they done for and why? A lot of people say they have done many rituals but they’re affairs are still not in order. This is because we allow outsiders to run umsebenzi for us. Why?

source

--CopyRights: https://heruinterface.com/umsamo-encounters-e7-imicimbi-yesintu/

27 Comments

  1. #1

    Mhlambe Uma sibuyela Lana kungaphela kuhlupheka

  2. #2

    Siyabonga khabazela sifunda usuku nosuku

  3. #3

    Baba ngicela ukwazi uma namehlo akhulumayo umakunento ezokwenzeka

  4. #4

    Okunye mkhulu bengicela ukwazi uma ugcagce wakwenza konke kahle sikhona isidingo skwenzela abantwana imbeleko obatholele khaya wafika usufika nabo emzini bangena kanye nawe ngesikhathi ugcagca?

  5. #5

    Langikahleka khona baba makugcagcwa othi akubikwa ngembuzi umakoti kuba nkomo le ayibhobozayo uma wenze ngembuzi ngabe akwamukeleki kona ngilost mkhulu

  6. #6

    Hai cha shame babu Khabazela uyasifundisa isonto nesonto kuningi esikufundayo kuzifundiso zakho ngingasho ngingananazi kuningi kakhulu osusivula mehlo kukho ebesingakwazi manje sesikwazi Nkosi ayisandisele insuku zakho ikulonde kuningi esisazokufunda kuwe thokoza

  7. #7

    Syabonga mkhulu ngabe ukugodusa akulungile na?

  8. #8

    Dear Bab Mkhize, it is my first time here, and I have a lot of questions I hope I will get responses specifically on imicimbi yesintu – So thina ekhaya kusele umama owumakoti and my brother who is just not interested or was never taught on ukupahla and ukulandela nje isintu – so if kukanjalo can mama angibikele umsebenzi or can I do it myself – ngoba kuningi okumile ekhaya and kokunye sigcine silandela isiko lakhamo mama ngoba lakhabo baba bahamba nje bangasibonisanga okuningi 😱

  9. #9

    Ave ngikulandela Baba
    Wase mlambomunye kodwa ngifisa nje uke wenze workshop ngakithi ye youth abasekho abantu abadala ingane zenza okungenziwa

  10. #10

    Ngisacela ukubuza baba kulephupho elihlezi lingihlupha angizilishukuthini ngihlezi ngiphupha ngisesikholweni kodwa kudala ngaphuma eskholweni

  11. #11

    Makwande Bab uMkhize 🙏 Waze wangkhulisa namhlanje. Ngizobambelela emfundisweni yakho. Mina ngizalelwe ngakhulel elokshin kodwa umuzi engowakhela ubabami wesende ngzowakhela emakhaya ngendlela yesintu impela 🤞

  12. #12

    Baba mkhize uma ngifuna lama book ngingawathola kanjani baba khabazela kamavovo please ngidinga usizo lwakho baba wami yimina usombheshane kamakhunga
    Kaluvuno umasilakuphepha njengenyamazane baba mkhize gubhela nqwabe usizo baba

  13. #13
  14. #14

    BabuMkhize ngiyabonga ngempela ngencazelo yamasiko. You really helping us with understanding ourselves as black nation.🙏🙏🙏

  15. #15

    Amathongo azo fakwa ubani ngoba ubaba waba thefula?? Kuyo fakwa Bani ke ngoba yena o bafake caging?

  16. #16

    Awu ngeke baba, uyabazi ontaba kayikhonjwa sebebuya bezothi isekhaya la. Ngcono ngiphume inxiwa ukuze nomkami athole ukuthula

  17. #17

    Wow, so much to learn, Baba Siyabonga, just kunzima for some of us because asazi noma sabikwa na edlozini /mbeleko etc.. Abazali badaphila kodwa bathi they don't remember anything.. Gogo usikhulisile kodwa she is no more.. Mohh kunzima Baba Mkhize

  18. #18

    Sawubona baba, zinhle infundiso zakho and uyangichaza ngoba awutatazaleli umsamo.

    Ngicela ukhulune ngokumisa iladi baba and libikwa kanjani before ulenze.

  19. #19

    Sibonga kakhulu baba konakele kakhulu sengabuka cishe kuphele usuku lonke yebo umuntu uxakekile if ufuna kululweka ngoba ngiyakuqonda okningi manje

  20. #20

    Ingako mabesdelela bethi safika ebsuku

  21. #21

    Siyabonga mkhulu ngemfundiso yakho sidlalile ugibela ngiyavuma.

  22. #22

    Uma usu phuma umuzi sicela wenabe. Uthatha uhlangothi lwembuzi oluphekiwe or kanjani 🤷🏽‍♂️. Ama khandlela okade uwashisa ekhaya elikhulu uhamba nawo yini? Lezi mbuzi eziwu 2 plus lo half wona ukuxuba konke emsamo?

  23. #23

    Nginomuza la baba uma ubaba engakhokhanga lutho kamama …emuzi engiwakhile kumele ngicele yena ukufaka indlozi……… And nokunye ngigashendelwa kubo kamakoti uma kunezinkinga ekhaya

  24. #24

    Baba siyabonga kakhulu khehla ngefundiso zako.we are really lost nation i can talk for myself in my fourty something never been tougher abt in velapi yam From both mother side & father side.but your teaching baba it really helps a lot coming from broken family's it's a huge challenge for me.

  25. #25

    Siyabonga Baba u Mkhize,mina u baba ongizalakho angana interest khuzo lezinto zama sikho.
    Manje ngizithola ngingazi ukhuthi ngenze njani ngoba akhawazi futhi nama sikho akhubo,eqinisweni mina naye asizwani.

  26. #26

    Thokoza mkhulu bengisacela mkhulu usenzeke I Vidio malunga nokubuyisa umkhonto ekhaya kumbe ukubuyisa umsamo ongasanakiwe

  27. #27

    Wayichaza Khabazela. Siyabonga ngokusikhanyisela. Sekuyobalula nangemibhalo yakho.

  28. Leave a Reply

    Welcome (Toggle)

    (required)