Imfihlo yaseManzini
May 2024
04
Kunemfihlo emanzini kubalulekile ukuthi sihloniphe uma siyekhona ngenhloso yokophahla
source
Related posts:
Yellow & Blue Candles are Life weapons | Gogo Bathini Mbatha TV | Bookings: 035 799 5343
HOW TO MAKE THOKOLOSI, UKUTHWALA AND MORE
Izithunywa/Angels
Lesotho Africa Sangoma Initiation Rituals Pt 2 - Find what is hidden
Grateful for the Dedication of our Amazing Community #gino #bookofgenesis #religion
Llaila Afrika- European Mythology
--CopyRights: https://heruinterface.com/imfihlo-yasemanzini/

@lesedimawayi8782
2 years agoNgyabonga kakhulu ngemfundiso ngyabonga bengiqela ukubuza uma ingane yakho ingafuni ukusizwa hizinyanga or abaprofeta but impilo yakhe ihlangahlangene
Kumele ngenzenjani ngiyaboga
@nomfundomkhohlakali9453
2 years agoThokozani Mpunga yebandla izimfundiso zakho ziyangifundisa ngezinkathi zonke , mkhulu uyangibusisa ehlelweni lwakho ngicela usikhulele mkhulu inkosi ukubusise
@nombulelomamba7433
2 years agoKhehla lwazi lakho lujulile
@tj7_sa
2 years agoNgyafisa ukwazi kabanzi ngok’jula lolwandle, amanzi, kanye nemimoya esebenza ngakho kokbili. Singaw’thakasela u-Part 2 Baba. Siyabonga Mpunga ngezimfundiso zakho. Zibalulekile. Ubalulekile 🙏🏿
@sthandwalove1225
2 years agoSawubona mkhulu ngicela kubuza I date 27 March ngabe u27 March 2022 Sunday ngabe sizosonta yini ave ngajabula nokuthi ngzothola usizo
@mpilonhlekhanyile7694
2 years agoKunjalo Mkhulu..imfihlo ikhona emanzini
@gugumazibuko4766
2 years agoSiyabonga ngolwazi olukhulu kangaka , qhubekela phambili ungadinwa yithi 👏👏👏👏👏 baba Mpunga 🙏
@wemultiply5070
2 years agoNgihlezi Ngiphupha Ngisemanzini. Emfuleni Ngigeza Ngicela Ungisize. Boet oMdala
@vanithandlovuvanitha8404
2 years agoSiyabonga ngolwazi mkhulu
@vanithandlovuvanitha8404
2 years agoSiyabonga ngolwazi mkhulu
@nkosinathimkhize7294
2 years ago🙏
@jabulisiweconstance5022
2 years agoSiyabonga mpunga yesintu izeluleko
@patriciapat3195
2 years agoImfundiso yakho Mkhulu iyavakala ongezwanga ngeze aphinde ezwe siyabonga camagu
@zanoxolontamo1052
2 years agoCamagu Mpunga!!!
@tandiwekeswa9798
2 years agoasbong mpungah yesint ngizob ngikhon laph mhlamp nezinking lezi ezikhon zingab ngcon ngyafis ukubonan naw mpungah ngob kad sasihamb lawo manz kodw kungenzek luth empilwen
@njabulosigwebela796
2 years agoGogo Bathin ushaya into eStraight
@siyabongazulu6231
2 years agoNgaphuthelwa eThekwini bakithi
@nkululekocele2085
2 years agoUkungazi kufana nokungaboni Mnewethu, sihlula sesitsheliwe, sizitshela ukuthi siyazi sibe singazi ngisho u "a". Siyisizukulwane esingenanhlonipho, esithanda amankwebevu nobumnandi obungapheli. Imibuzo esiyibuzayo isuke ikhombisa nje ukuthi siyaphikisana nenqubo yesikompilo lethu ngenxa yale mfundoze yondlebezikhany'ilanga. Isalakutshelwa sibona ngomopho. 🤞
@nomangesinthala8948
2 years agoVery Powerful!! Don't tell people about your secrets that you don't use muthi , you only use water.
@zanelebuthelezi8732
2 years agoSiyabonga ngolwaz olukhulu kangaka…uqhubeke njalo Mpunga❤
@sthabisozwane1817
2 years agoAyi mina Mpunga inkinga yami angyazi ikuphi ngoba sengikuzame konke kodwa impilo imile nya…. Two weeks ago I bought isiWasho sa “mkhulu Mlaba”, kwasona ASINGENZELANGA lutho. Kujamile konke nje.
Ngiphuma khona olwandle nasemfuleni ngageza, ngenza iladi but impilo imile nya….
Sometimes ngyazibuza ukuthi mhlampe kungcono ukungenzi lutho ngoba vele ngiphuma kuMndeni okholwayo, obungenzi lutho okuhlangene ne’dlozi.
Mhlampe kuJamile nje ingoba ngenza izinto ebebe ngazenzi bona. Mina personally I’ve given up.
Ngikhathele! ✌🏾
@bruceanderson8848
2 years agoEngake uthi ukujula kancane ngamanzi nje khehla lami. Syabonga
@machingchingmasheleni735
2 years agoIqiniso abantu bathanda izinto baveze yonke into kuma social media
@brendantombela6147
2 years ago😂😂😂wawuwudla bo….waze wangihlekisa
@Styl846
2 years agoNgiyabonga Mbanjwa ihlezi ingikhathaza lento yokushutha nokugqoka okungahloniphekile🙏🏾🙏🏾
@portiaroye4410
2 years agoEish Siyabonga Mpunga ngolwazi 🙏🙏
@sibonisomthombeni6651
2 years agoEiy bakithi ngoba lama fone,…nokushutha. sbonge Mpungaaa
@thembilemadunasime4195
2 years agoBatshele Mkhulu aybandla bashutha yonke into bafaka lo Facebook