HERU

Home > spiritual, Spiritual Herbs, Video > IBHULOHO – THE BRIDGE (NEW PODCAST SERIES)

IBHULOHO – THE BRIDGE (NEW PODCAST SERIES)

Mar 2024 25



Thokoza

Today’s podcast we will be using it to announce a new podcast series which will assist in our knowledge and content reaching more people. It will also help with access to us as an organisation.

Ibhuloho – the bridge will be coming at you every friday. Midday.

#Umsamo #Ibhuloho

source

--CopyRights: https://heruinterface.com/ibhuloho-the-bridge-new-podcast-series/

24 Comments

  1. #1
  2. #2

    Nina baSembo,nime njalo boSingela abahle

  3. #3

    Abaningi bakhala ngesilungu esikhulunywa uSiyabonga. Inkuphi inkinga ngoba kuyacaca ukuthi uma ungezwa, kusho ukuthi wena uzolalela videos akhishwa ubaba uMkhize.

    Siyabonga naye unabantu bakhe. Kuhle ukuthi futhi ubaba athule indodana emphakathini, lokho kuyikambiso yesintu. Phezu kwalokho kunezincwadi ezikhiqizwa uMsamo Institute ezibhalwe ngolimu lwethu. Nazo ziyasiza ukuchaza okuningi ngolimu lwethu. Futhi zona zinjule ukudlula ama-video.

    Ulwazi enginalo ukuthi Umsamo Institute ulandelwa futhi uvakashelwa abantu abahlukene ngokubuzwe nangokobuhlanga. Kukhona ngisho abaphesheya kwezilwandle. Ngalokho asikwazi ukuthi silindele ukuthi kusebenze isiZulu kuphela. Nentsha le esihlale sithi ilahle isintu, kuzokhulunywa kanjani nayo uma kungasetshenziswa ulimu lwayo?

    Sabheka inkinga la ingekho khona kwenzenjani. Kunyingozi ukubheka into yakomunye umuzi ngeso lakho, uma lingebukhali futhi lingasabalele. Kunyingozi ukuvula isitolo elokishini ungabi nalo iphupho lokuba noBoxer noma uPickn'Pay noma ukudlondlobala ngalolo hlobo.

    Mina ngithi kuhle lokhu okwenziwa Umsamo. Phezu kwalokho ibody language kaSiyabonga ihlukile uma ekhuluma eduze kukayise noma ehleli e-studio. Inesizotha nenhlonipho eyadlulele. Lokho kubinisa ukuthi kunembiwe ebalulekile etshalwayo lana. Kodwa ke ngesifane ngokubona, yingakho kungayena wonke umuntu ophuma ephepheni kulabo ababhalela umatikuletsheni.

  4. #4

    VVO ngiyabingelela. Ngathola umntwana womfana akahlawulanga. Kodwa Uma esethatha ipasi walithatha ngesi bongo sikayise. Manje unomuzi ubaba wake ushonile ngenzenjani ngoba lomuzi wakhe ubizwa ngesbongo sikayise. Yena uthi idlozi elimbhekile elakithi futhi uthi umama wami ngenzenjani Uma ngifuna ukulungisa lento

  5. #5

    Chah lesingisi angisizwa

  6. #6

    Thokozani Makhehla ngiyazibongela ngezimfundiso zomsamo👏👏

  7. #7

    Where is this podcast?

  8. #8

    Ngicela izinumber zalamadoda Kade ngizama ukubuthola. Please!

  9. #9

    Tx for bridging the language divide.

  10. #10

    Abantu nazobaleka boy akunamlungu la

  11. #11

    Esani islungu ma Afrika amahle usuyalahleka mfana

  12. #12

    Ngiyayincoma kakhulu eyokudlulisela ulwazi kwabasha nokusebenzisa umuntu omusha ukufundisa abasha kodwa eyokusebenzisa isiNgisi angiyikhuthazi kube kufundiswa isintu.

  13. #13

    Ey uSiyabonga is a necessary addition to this,angayiqhaqha iConcept yomsamo ,nomgcagco wesintu ngaso lesilungu enithi siyanibhora…he’s going to touch on feminism,sexuality,sexual freedom,gender politics,toxic masculinity,termination of pregnancy,divorce ,polyamory,witchcraft etc. and still reconcile all these contemporary ideas with isintu sethu ,I mean he will prove that all these concepts can and will co-exist from ulwazi lababa uVVO… I am so excited about this . There’s so many questions I would like to ask about things involving intimacy nesintu but wouldn’t be able to discuss with uBaba uMkhize but would ask uSiya ngazo. I’ve always wanted this .THANK YOU TO UMSAMO INSTITUTE .

  14. #14

    hmmm isingisi saymosha

  15. #15

    Thanks for mixing English and Zulu so EVERYONE can understand including non Zulu speakers.
    Thokozani.

  16. #16

    SALAHLA UQAMATHA SAMUKELA OKUNGEKONA OKWETHU, NGIYATHEMBA SIZOSIZAKALA KAKHULU AYIZE NAZO INDODANA, KODWA FUTHI SINGAKAPHUMI KWINKOLO YAPHESHEYA NGEKE KULUNGE LUTHO

  17. #17

    Thank you Siya and Baba, we have long awaited this

  18. #18

    Ay ke salahleka ngavele ngalahleka ke ngashiyeka ngaphandle uKHABAZELA MASEQEQEBULA ISNGISI nglahlekile ke manje

  19. #19

    Into enhle kanjena Iyaqala iyamosheka ke manje umlungu omnyama Owani manje?? Thina sifuna ulwazi ngesintu sakithi Umlungu cha sanele yisilungu bo kanti bosibusa kuze kubeyinini? Nasezintweni zethu pho! Isilungu for ini??????

  20. #20

    Cha! nam eyesilungu angihambisani nayo impela, isintu sethu lesi futh sikhumbule ukt thina bantu abamnyama akuthina sonke esiqeqebula isilungu kodwa umsamo usthinta sonke, okusho ukt abanye bethu bazoshiyeka ngaphandle ekbeni lento kungeyabo. Bengicela impela Khabazela wehlise esilungwini gcwabe🙏

  21. #21

    Ay wavele wayimosha ngesingisike undodana. The irony of ukukhuluma izinto zesintu ngesingisi, iyageja. Nje ngomuntu osemusha ngiyamuhlaba impela, he doesn’t speak to me Ngizwa uBaba mina. Akeniyibhekisise kahle lendaba yesingisi ngoba ulwimi lwethu ezinye yezinto abantu abasha abasezilahlile manje nalokhu okwenzakala la akukugqugquzeli ukukhuluma ngolwimi lwakithi.

  22. #22

    Ayi mina angizohanbisanake nalesisiLungu bakithi. Ngi ryt kulo ikhehla ngoba lisibekela ngesiZulu. Lena yesiLungi ayi khona sibulewe ibo siphinda sizoxoxela bona futhi ngezimfihlo zethu. Ayi cha

  23. #23

    Mina ngizwa ikhehla kakhulu

  24. #24

    I just it was easier to book a consultation with ubaba🙏😿. He has vast knowledge.

  25. Leave a Reply

    Welcome (Toggle)

    (required)