Asilungiseni – izinwele
Mar 2024
16
Yini izinwele? Kukhona abantu abathi bona abagundi ngokwenkolo yabo, kube khona ababagxekayo ngalokho. Umbuzo okhona owokuthi; kuze kukhulunywe kangaka ngezinwele nje, laba abasuke bekhuluma ngazo banalo yini ulwazi lokuthi uMdali wayesiphelani izinwele? Zibaluleke ngani kumuntu?
source
Related posts:
om kalike 🙏🌺🙏#maa #kali #matarani #mahadev #devi #mahakali #petshub #azhari #heenaprajapati #shorts
LIVE: Attorneys present opening statements in Trump's historic hush money case
Black Axe, Neo Black Movement of Africa and the Secret Cults Law.
Pan Africanists vs Christians DEBATE: Is Christianity A White Man's Religion? pt1
Dr Llaila Afrika Gullah History
Dr. Llaila O. Africa - Herbal Remedies A-Z part 6
--CopyRights: https://heruinterface.com/asilungiseni-izinwele/

@BKMagwaza
2 years agoUma ugunda kusho ukuthi umbeka iphutha unkulunkulu ngokukudala ube nezinwele
@user-qw5oe5xn5l
2 years agoUyakhuluma manje yiqiniso ukuthi umuntu akalahlwa
@mzuveleimbongiyebhayibheli7570
2 years agoMzuvele imbongi yebhayibheli sanibonani 👌👌🔥🔥
@bellamphuthi7036
2 years agoBaba next time ngicela ukhulume ngokuphahla. Amathongo nama dlozi awadlinmanje why kuphela kuhlatsha. Umntu oyithonga athi ucelabukydla itiye
@bellamphuthi7036
2 years agoIzinwele zi important nomama wam wayesho. Especially mawumuntu wesifazane. Yoko uma ugundile kumele inelegant zakho uzilahle noma kukuphi. Ubaba ngicela achaze le yokugunda uma kushoniwe iphuma kuphi and why.
@bongisisavani5480
2 years agoCela number kababa umbhele
@mlungisi-fz6zm
2 years agokodwa lobaba uyaphazama uma et ithonga alikhulumi alidli alikhulumi lilele masani ukukhohlisa abantu ukuhlakanipha akusebenziswe kahle ongakwazi awukwazi kuhle ukukufunisisa ujesu ekuvukeni eybonakalisa kwabesendleleni wat ngithinteni angalona ithonga ithonga lingumoya umose wafa kodwa ophetru bambona evela no eliya ujesu ethandaza entabeni orazaru nescebi babeyini ushembe eyofaka umjadu ezulwini wamfica enobani ujehova uthini ku abraham ngokuya koyise shumayelani kahle makholwa usathane engasebenzisi ukukholwa kwenu sondelani kushembe nincele ulwazi
@nkululekoyahu1135
2 years agoUsho iqiniso Baba🤝🤝… iNcwadi yakho itholakala kanjani
@sandilezondifashion4513
2 years ago"Bayazazi yin izinwele ukuthi yini?" Eminye imibuzo nje ayisile. Kushuthi engabuza ukuthi yini umuntu.
Kuxhunywana kanjani nenhlabathi. Kukhulunywa kanjani nezintaba. Ukhulumile muntu omdala kodwa akukho okusile owawukukhuluma.
@sibongilemthombeni2758
2 years agoYikho lokhu babezintwala ngoba babengagundi ukugunda kukwenza ubukeke uneat kwehla nezinga lezintwala
@matopanefakazi1287
2 years agoUdakwe insangu lobaba.
@DanFoolio
2 years agoHay noh
@chaarabyahsrael8021
2 years agoProductive knowledge that is kodwa indaba yokuthi uma ugunda isathanism ayikho leyo, bebagunda abaprofethi ebheyibhelin uma isizwe sonile.. Leyo bekwezinye yezindlela yokubonisa ukuzisola nokudabuka ezonweni zabo. Qaphela ungathi Bible labelungu ngoba abaprofethi bebamnyama njengam nawe. Read Job 30:30. Sibonge khehla ngoba kwamanye amasiko ukugunda izinywele it associated with evil, like e Ndiya. Bagunda izinwele bazinikele ezithinxweni zabo. In conclusion, umthetho awuvumi ukuthi umane ugunde ngoba uthanda lokho kulotshiwe ku Leviticus 21:5.
@edmundsishange3608
2 years agoInkinga with uBaba ukuthi uyi fundamentalist. Uze kahle ngilalele udaba lwakhe until he said umuntu ongenazinwele noma ogundayo is a satanist. That is absolute rubbish!! Angeke ngimphikise ngolwazi lwakhe lokubaluleka kwezinwele ngoba angazi kabanzi ngaloko but one's spirituality is very broad, it's not tied to just one aspect ie hair, you can still be very spiritual and receive messages from your Ancestors without izinwele. Each person has a unique divinity and connection to spirit, let us stop pigeonholing spirituality. Abanye bathi uma ulala eduze ne cellphone ithongo ngeke lize kuwena ngephupho, perhaps that's true for others but it's certainly not true for all because there's no one size fits all when it comes to spirituality, we therefore need to be careful not to make extreme statements such as his satanic remark. The most important thing that connects us to the source(our ancestors) is a deep, sincere prayer, hair or not.
@khetombimbi8457
2 years agoJesus Christ of Nazareth!!!!!!!! Hallelujah ndiyabonga Mdali wezintsuku abantu abeva asimameli , kudala uThixo ethetha nathi ethumela abantu esithi masihlukane ukufakela iinwele zabanye abantu , dreadlocks , you are locking yourrself from the glory living God , iinwele zama India , banikela ngazo kwizi Thixo zabo e Tempileni , thina siyazithenga sizifake apha kuthi , uthi uThixo, wazi inani leenwele zethu , the number of our hair, yiyo lento kunje kweli lizwe sishiwe nguThixo sizwe esimnyama masiguqukeni sonke sibuyeleni kumdali wethu , i worse thina bantu aba sindisiweyo born again christians ingathi sizi mermaids, kungona tatam sibabi kwezi nwele zabantu base mantla or ntshona , basithele ngqa ukuba yintoni le siyenzayo , ndizithanda Kakhulu ezinwele i soft dreads, ndayiyeka , kwakusolo kuthiwa kum apha emsebebenzini xa ndiyifakeleyo bathi kutheni ndizenza omnye umntu ndingabi proud ngale ndlela uThixo andidale ngayo , kutsho abantu bebala yhooo asizithandi tu thina asim appreciate tu UThixo wethu ,i worse thina mabingqa sizo gwetshwa nguThixo , nesinxibo esi , sinxiba kakubi sihamba nqunu , size bantu besifazane asizithandi tu silihlazo siyifundisa ntoni le generations yhooo hayi Thixo sincede , isidima asisekho koomama and abantu abatsha bafunda apha kuthi oomamababo
@nhlanhlangcobo1960
2 years agoMmmm unothile Mhlonishwa ngiyabonga
@simonbuthelezi7765
2 years agoYiqiniso lodwa leli, angeke balilalele ngoba bafuna ukuhlaba badle inyama kodwa bethi ifunwa amadlozi
@siphesihlejama6777
2 years agoNgimuzwela kude lobaba🙄
@mnqobimdunge5323
2 years agoAyhhh angisho lutho mima
@lindiwelydia2604
2 years agobaba uqinisile mina nginenkinga uma ngike ngaty ngifaka lenwele ezifakelwayo ngosuku lokuqala njr ngizfakile anglali ebusuku ngivuka ekseni ngizilahle le zinemimoya .ngempela umuntu nomuntu akahlahlale nonwele lakhe lemvelo .
@sizwegabela1655
2 years agoAi ushayile la umkhulu. Izinwele ziphinde zibe uphawu lomntwana kaNkulunkulu, futhi ziyakwenza uhlonipheke ube nesthunzi kwabanye abantu.
@christinalithebe3074
2 years agoKea leboha.
@benmadiope1735
2 years agoTruth
@bapbeats986
2 years agoifumaneka phi laVideo yeeNwele?
@philasandemdluli2120
2 years agoayikho lento yalomdala okokuqala ake uchaze ukuty izulu likuphi njengoba uthi izinwele ziziqhumanisa nomkathi , uphinde usichazele ukuba kani izulu elenyama noma elomphefumulo
@ntokozonyanda3666
2 years agoNgicela ukubuza baba ikhona yini indlela yokukhulisa izinwele,nginempandla kodwa eyokwenziwa ngisho ukuthi eyokwenziwa ngoba ngasuzelwa umamncane ekhanda ngisemncane Sasha izinwele zani ngangingagudi ikhanda N mina kepha emva kwalesosehlo sempandla eyokwenziwa sengihlala ngigundile ngibuza lokhu ngoba.ngozwa amazwi akho Uthini umuntu ogundawo usathane ngingajabula mawungangisiza ngibuyise izinwele zami ngiyabonga
@lillyxanga7395
2 years agoThis is a myth. As an African woman with very course hair, how do I beautify my head/myself as a lady? Ukuhloba, ngihloba kanjani as intombi?
Iznwele zami akungeni kama ngisho zimanzi ezomuntu ngalendlela!!!
And that led me to use hair products for stretching so that atleast I am able to comb out!
Cela ukubuza mele kwenziwe njani?
I once heard: ubuhle bentombi buse khanda! Now if ngiyekela lezinwele ezingakameki kanjalo nje yet even not allowed to cut it, now where is my beauty?
@noziphogigaba1710
2 years agoNgiyabonga ukuthi ukhona umuntu omnyama okhuluma ngalendaba eveza ukubaluleka kwezinwele nokuhamba izinyawo okusixhumanisa nendalo nezemimoya. Siyabonga Mkhulu
@charlottemehlomakhulu6884
2 years agotrue
@Carismaticsa
2 years agoMina nginesiphonga futhi ngizoba nempandla so ngiyazigunda😔
@itsjojosiwafan7395
2 years agoNyazike ksasa khona oszobhala incwadi ethi umunt omnyama akumele ageze.kodwake we will understand imsebenzi ayikho.
@musigratitude3124
2 years agoAy indaba yakho Khehla ihamba emgqeni impela. Mina ngikwethulela isigqoko.
@itsjojosiwafan7395
2 years agoLoool yoh didn't know ihv been disconnected frm nature fr the passed 40yrs,can you believe it ? Lol yoh
@jackiemavundla8442
2 years agoUqinisile sompisi
@ayandandaba4944
2 years agohence the saying "ukuvukelwa ngamanwele" xa kukhona imimoya emimbi. wow!
@mpilozuke5248
2 years agoMina I'm young but nginempandla so ngihlala ngigundile
@thabanizama9318
2 years agongingathanda ukufunda kabanzi ngodaba labansundu nabomdabu …
uBaba uMbhele uqukethe umlando ojulile futhi ophusile ngeSintu nangokuphila ..impela silahlekelwe okuninigi singabantu ngenxa yokuthi sasuka emthethweni obab'omkhulu ababe hamba ngayo.
@levelgroundboerboels4183
2 years agoUyabheda lomadala lona